Igama lesayensi le-inKalamasane ngu-Euphorbia natalensis, eyomndeni wezitshalo i-Euphorbiaceae.
Igama elithi "inKamamasane" lisetshenziswa ezindaweni ezahlukene emhlabeni wemithi yesintu kulezi zitshalo ezihlobene: Euphorbia bupleurifolia, noma Euphorbia pulvinata (umndeni Euphorbiaceae). Akukacaci ukuthi iyiphi kulezi ebhekiswa kuyo ngqo kule ndawo - kudingeka ucwaningo olubhekene nendawo/isiko elithile ukuze kuqinisekiswe.
Inkalimasana or Isinhlenhle or isihlehle umuthi uyangena emithini ye business, emithini yokubiza abantu ukuthi bazothenga noma eyokubiza abantu esigodleni sakho. Ake senze isibonelo somuthi othakwe ngenkalimasana . Ukubiza abantu kwi business lakho usebenzisa: ikalimasana & umlunge. Yitshale lemithi yomibili esangweni lakwakho noma esangweni le business ngalesikhathi uyitshala ibe ukhuluma nayo uyitshele ukuthi uyitshalela ukuthi ibize abantu esigodlweni sakho bangapheli bangene ubuthaphuthaphu. Isihlehle futhi siyangena emithini yokucupha. Imbiza futhi isihlehle siyachatha ikakhulukazi izingane.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.